kmina seliqaqambe laqhuma ladlula lelithumba
ngiphumulile ngale kwethuna ngyababuka
nyababuka behleka bekhleka beyithimba behleka lelithumba kowam umzimba
nyanibona nimaqembuqembu ningiklolodela ngezwa ubuhlungu
ubuhlungu ngathi ngishaywe ngemvubu
kuyini ukuzonda uthando
kuyini ukuphila kulomhlaba odida njengomlabalaba
kungcono manje ngiphumulile la kwmhlaba
nginibuka ngale kwethuna
ngikhumbula emngcwabeni kwakugcweleni kugcwele bona
labo ngcwelengcwele bakamhlaba,
bangmarketha phambi kwakho baba,
benghleba ngibabhekile baba,
kodwa lomhlaba wakho baba mina manje ngiyawusaba ngenziwa ilaba
kodwa lana engikhona sengaphumula sengingale kwethuna
ngibabukule le kwamhlaba ongemhlaba
ogcwele ukuma ukomela ubuntu umuntu ayikho ngaphakathi
weh bathakathi sihambile isikhathi nje ngoba ninga shoot
ngenganono yolwazi kepha kuyinganono yokwazi ukungazi ukwazi
esh nami angisaz yikho ngingenalwazi lwangalana kwethuna
kodwa one dae ngizolithola ithuba
ithuba lokuvakasha ngale kwethuna
ngbabuke behlekisa ngobuntu babo bangaphakathi labathakathi bangakithi abayimvilikithi
niyaya ngale kwethuna uma selifikile ithuba
No comments:
Post a Comment