ehhen emhlabeni yazi lethekeni
yathi kmina iseyntweni
yazi lo uthi kmina useyntweni
ungaseyntweni kanjan usala emhlabeni,
indlela yakho isaphokophele entweni?
entweni pela lenna ethuneni
cha yazi lethekeni izifaka engcupheni
ngathi izimbela umgodi obanzi njengowase zimayini
hybo lethekeni nokuba seyntweni
wena uzuzani kanti uma umuntu eseyntweni ngempela kuchazani?
wena sisi uchazani-uchaza bani-uchazwa yini ebuntombini?
yebo ebuntombini noma ungaseyona lena yasemhlangeni?
hybo lethekeni ithi kmina iseyntweni
nkokujika nje naloskhotheni usukeyntweni?
awuboni wena uphokophele esihogweni
yazi wena thekeni awunamahloni awuboni ukuthi awukho ezintweni
kepha wena u"yinto" "ewen"
phela wena ubhuquza othulini-
emini ka bha phela la isemhlabeni akekho oseyntweni
wena thekeni khohlwa awukho eyntweni
zoqala ukungena entweni ngokuboshwa or entweni efrigin emakhazeni
usuphokophele ethuneni
ucaba indlela yakho ephokophele esihogweni
hybo ewna thekeni awukho eyntweni UYINTO EWENI
NXA UYITSHELA NGAMI
No comments:
Post a Comment