baphi ofakazi webafazi
aningashalazi hybo aningalazi
yebo khona emlazi kumndandi futhi kuyachaza
kepha nina nibhenga ngokunyatuza
bese isifazane niyasihlambalaza
hybo sifazane ngiyababaza
phela mina ubunina buyangimangaza
umuntu wesifazane ake akhuzeke
ninodwa nikhuzane ngokukhuzana ningakhungathani
cha ningathakathani
awu wesifazane ngiyanikhuza lalelani mamelani shintshani
nina besimame mbokodo qinile
gabade ongetshe nkokungabi lkhuni
yebo manje aningabi lkhuni
nina besimame nina besifazane
ze umphefumulo wami uthokoze phela mina ngykthanda mphefumulo wam
abakuhlukumezayo ngiyabazonda mphefumulo wami
abakuhlukumezayo ngiyabazonda mphefumulo wami
No comments:
Post a Comment