kusawuthando yini lolu olwenza nje?
usaysthandwa yin mawenza nje?
kusawukungithanda yini lokhu okunje?
mina ngisakuthanda yini ungenza nje?
sengiyakhathala nami manje
kanti uthando lwakho lunje?
cha phela mina angiyazi lento enje
ubani owathi kwi relationship kwenziwa kanje-akwenziwa kanje?
cha ngisazibuza namanje ngingabheke mpendulo namhlanje
kodwa okunje okwaba nje
yingakho kunje nje.
ngak'fonela ngisakushela
ngak'fonela sesithandana
ngak'fonela wangi voicemaila
ngak'fonela uyibambe bese uyangi blackmaila
loluthando lwakho luyadura nale mssge ngizoyi emaila
ifike iyinhle bese wena uyibuyisele iyimbazo lenhliziyo yami
esendelene eduze nemizwa yami
phela wena awuseyona intombi yami
uyinto yami
u"yinto" yami engena "mbi"
coz manje sewenze nje sowumubi
hhay ebusweni kepha ekwenzeni nami manje
ngithi namhlanje inamhlanje enza kanje
nami ngizokwenza kanje
ze ungahlukumezeki ngokuzumeka umphefumulo wami
phela mina ng'yakthanda mphefumulo wami
abakuhlukumezayo ngiyabazonda mphefumulo wami
abakuhlukumezayo ngiyabazonda mphefumulo wami
No comments:
Post a Comment