NIZWAN NGALOMBUZO NICABANGANI
IMIZWA YONA ITHINI
UNGASANGIPHENDULA NGOMLOMO UZONGIPHENDULA SOWUCABANGILE WAJULA IMICABANGO YAJUTSHWA
YAJUTSHWA KOWAKHO UMOYA WAJABULA WAJALA WAKHATHAZEKA WAZE WAKHALA
QALA KE MANJE SEKUYISIKHATHI KE MANJE NGIBHALE UNGIBHALE KEPHA UQAPHELE PHELA MINA ANGISIYE OWAMA PUNCHLINES
NGINGESIYE NOWAMA RYMMES NGIYAZI WENA NDODA AWAZI UKUTHI KUZOKUTHATHA ISIKHATHI UKUNGENZA UMFAZI
NGAKHO, NGAKHO WADLISA AMAGAMA KMINA AWUCABANGILE FUTHI AWUHLUZEKILE YIKHO UNGEKE UNGIHLUZE NAMI NGEKEN NGIZE NGIKUQOME
KUMBE NGIZIDLISE SATSHANYANA NJENGENTOMBAZANYANA ENCANYANA ZE WENA UNGISHELE
SEBENZISA INZWA YOKULALELA BESE INDLEBE UYAYISONDEZA UMA UFUNA NGIBE OWAKHO UMABHEBEZA
AWUTHI NGIKUTSHELE NGAPHAMBI KOKUTHI UNGISHELE XOXA NENHLIZIYO ZE UQALE LE EWUMQANSA YOKUQONYWA IMINA IMINA PHELA LO ODILA NEMIZWA NDIDINWA IMICABANGO NGOBA SENGIKUQOMILE KE BHUTI MADLISA ANGIDINGE KOMA NGOME NGOMELE LEMIZWA ONGAYIBHALI EPHEPHENI
LEMIZWA ONGAYIHAYI ESIDLANGALALENI ZE NAMI NGITHOLE ELAM PHELA IGAMA
NAMI BONKE LOBO NGIBACULE SENGIZAZI KUNGEZAZI SENGIZAZI KUNGEKUCHITHEKA GAZI PHELA SENGINGOWAKHO UMFAZI
NGENXA YOKUNOTHA KOLWAKHO ULIMI IZAGA IZISHO KANYE NEMICABANGO
INHLANGANISELA ENGENAMBANGO PHELA INGILETHELA LONA NJE UDUMO
LOLU ABANINGI ABANGALIFIS NGENXA YOKUNGALIZWISIS PHELA ALUZI NGESINGISI
KEPHA LUZA NGOBISI LUKA MAGEBA LUZONGIQAMBA IGAMA
UNONJABULO I MEAN NGINEJABULO UKUTHI ELAMI LIQANJWE ILOKHU KWASEMONDLO ELAMI LITHI NKONDLO ELAM LITHI NKONDLO\
MAQHAWE NONKE NGINIQOMILE THATHANI KE MANJE KONKE OKUSEMQONDWENI ENIKUZWA KUBHAKUZISA ENHLIZIYWENI KUHAMBISA IGAZI EMZIMBENI NIKUQOQE NDAWONYE NGEPHEPHA NEPENI HAYBO MINA NGIYINKONDLO NGIYEKELENI ZIMBONGI ANINGIBHALENI ZE ABANYE NGOKUFUNDA UBUMINA BAZUZE UKUZELULA AMATHAMBO
PHELA MINA NGIYINKONDLO EDLULISA
IMIYALEZO EZOKUYISA KWAMPHELANDABA ZIPHELIZINDABA NAMI NGEMVUME YAMI NAWE QHAWE SIQAMBE ELIMELE UMSHADO WENA UBE YINHLOKO MINA NGIZOZA NESIHLOKO
LESI SIHLOKO ISIHLOKO ESINGENHLOKO NGOBA ZININGI ZIYAHLOMA ZIHLOMELA UKUHLOKOLOZA IZINHLIZIYO ZE BAZUZE UKHUHLALA NGOBUHLAKANI KULOMHLABA OGCWELE UKOMA
BOMELE LOLUJU LOFANA MSINDO SEKUSUKUMSINDO KLABA ABAQOMA UKUQALA AMAQHINGA OKUJOLA
BEQALA UKUFUNA UKUQABULA MINA NGIYINKONDLO KEPHA BAYANGILWISA BAYANGIPHIKISA BAZIPHENDULA AMAQABA LABA
BATHI BENGIPHIKISA MINA NGIBE NGIZIVUMELA
PHELA LOKHU UKULA KULESAKHIWO SANGAPHANDLE AKUSILO IRYMME KE[PHA IVUMELWANO SIGCINO,
SIGCINO EKUGCINENI EMVA KOKUQALA KWEYOKUQALA IMVUMELWANO
WEH QHAWE WEH MBONGI KUSELE OWAKHO UMTHWALO
KUSELE OWAKHO UMCABANGO ZE NGINYUKE LOMBANGO
UYANGIZWA MBONGI KUSELE NEMIZWA QHAWE NGIYANCENGA NGINOTHISE NGAMAZWI AYOLISWE NGOSAWOTI ZE NGIPHENDUKE UNQGAMBOTHI BESE NGIBONE AMANDLA ALOMDALI ADLA WENA MBONGI
LAPHO KE NGEKE NGINGAMBONGI PHELE NAWE MBONGI
UNGIQAMBE NKONDLO YEBO NGIYILOKHO MBONGI OTHI NGIYIKHO YIKHO NJE NAMI NGIZOKWENZA UBHONE UBONGEN NGAMI PHELA WENA UNGIQAMBILE MINA NGIKUSEBENZISILE ZE WENA USEBENZISE MINA BESE NAWE UQANJWE MBONGI
CHA NGIGUQE NGEDOLO NGIAVUMA NGIQINISILE NGIQINISILE NGITHI:INKONDLO IMBONGI KWAHLANGANISWA UNKULUNKULU NGAKHO OKUHLANGANISWWE UNKULUNKULU AKUNGAHLUKANISWA MUNTU
PHELA UMDALI UKHOMBISILE UKUTHI UNEPLAN
YIKHO NAMI NGIZIQHENYA NGELAMI IGAMA IIIINKONDLO
IN LIFE ALL IS NOT GOLD THAT GLITTERS SO JUST KEEP IT SIMPLE AND SHORT BEARING IN MIND THAT GOOD TIMES AND BAD TIMES ARE MEANT TO BE. A WISEMAN IS THE ONE WHO BUILDS A WINDMILL IN A FACE OF A HURRICANE INSTEAD OF A SHELTER AND IF YOU DO NOT KNOW WHERE YOU ARE GOING, YOU WIIL END UP IN A PIT SO TAKE YOUR PEN AND A PAPER THEN DO DA DAMAGE
KHOHLWA AMASHELELENI..AMATHEKENI..NOKUBLOMA EMAKHONENI DONSA IPHEPHA NE PEN
EKHAYA NGAFIKA KUQALA NGAZALWA I MEAN NGADALWA NGAQANJWA AYANDA COZ KWAKUBANDA
Friday, October 28, 2011
Wednesday, October 12, 2011
ngale kwethuna
kmina seliqaqambe laqhuma ladlula lelithumba
ngiphumulile ngale kwethuna ngyababuka
nyababuka behleka bekhleka beyithimba behleka lelithumba kowam umzimba
nyanibona nimaqembuqembu ningiklolodela ngezwa ubuhlungu
ubuhlungu ngathi ngishaywe ngemvubu
kuyini ukuzonda uthando
kuyini ukuphila kulomhlaba odida njengomlabalaba
kungcono manje ngiphumulile la kwmhlaba
nginibuka ngale kwethuna
ngikhumbula emngcwabeni kwakugcweleni kugcwele bona
labo ngcwelengcwele bakamhlaba,
bangmarketha phambi kwakho baba,
benghleba ngibabhekile baba,
kodwa lomhlaba wakho baba mina manje ngiyawusaba ngenziwa ilaba
kodwa lana engikhona sengaphumula sengingale kwethuna
ngibabukule le kwamhlaba ongemhlaba
ogcwele ukuma ukomela ubuntu umuntu ayikho ngaphakathi
weh bathakathi sihambile isikhathi nje ngoba ninga shoot
ngenganono yolwazi kepha kuyinganono yokwazi ukungazi ukwazi
esh nami angisaz yikho ngingenalwazi lwangalana kwethuna
kodwa one dae ngizolithola ithuba
ithuba lokuvakasha ngale kwethuna
ngbabuke behlekisa ngobuntu babo bangaphakathi labathakathi bangakithi abayimvilikithi
niyaya ngale kwethuna uma selifikile ithuba

ngayihambela ingculaza
ngculaza ugcwele usifak'hlazweni
mpilo yami yasezweni ulenge'weni
nhliziyo yam ucwil'mafutheni
phela wena ngculaza uyangihlaza
ngakho phela ukuthi ngalaza
ngizibuka kdala zikhula ngizindakaza
zonke lezi zangasekhaya phela ngangisayintwana
yebo ngangisawumshana
yikho ngasekhaya mina ngashaya indiva
ngiziba ngifuna zona phela ezasemazweni
phela ngikhohliswe izwi ngizwe izwi lomdala wabadala kdala edalula:"induku enhle igawulwa ezizweni"
kanti mina angizogawula ezizweni ngizoba no gawu lwayo phela ingculazi
mina manje sengizofa ukufa engakuhambelayo
ngikhalela ifa abazali abalakhayo sengizoba into edabukisayo
ngyakhala ngyadabuka ngidaubukela wena ke mphefumulo wami phela
nyakthanda mphefumolo wami
abakuhlukumezayo ngiyabazonda mphefumulo wami

bantu basifazane
baphi ofakazi webafazi
aningashalazi hybo aningalazi
yebo khona emlazi kumndandi futhi kuyachaza
kepha nina nibhenga ngokunyatuza
bese isifazane niyasihlambalaza
hybo sifazane ngiyababaza
phela mina ubunina buyangimangaza
umuntu wesifazane ake akhuzeke
ninodwa nikhuzane ngokukhuzana ningakhungathani
cha ningathakathani
awu wesifazane ngiyanikhuza lalelani mamelani shintshani
nina besimame mbokodo qinile
gabade ongetshe nkokungabi lkhuni
yebo manje aningabi lkhuni
nina besimame nina besifazane
ze umphefumulo wami uthokoze phela mina ngykthanda mphefumulo wam

ukuphela kwakhe bafowethu
ungang'thinti ungang'thikamezi
phela lo ngimkethe eningini
ngamkhiphe'manzini ngamlethe'mhlabeni wasenhliziyweni
bafowethu myekeleni sonke leskhathi benimzibeleni
sonke leskhathi baningamsheli ngani ngoba
phela nina ninothando oludepende emehlweni
mina nginothando oludepende enhliziyweni
ngiyabuza ubani obemnakile ubani omshelile bafowethu asingathathani
kancane
plz bafowethu asenze esikwenzayo kepha singafani
ehlane
singakhohlisani kephasisebenzise unembeza
nami kuyena bafowethu ngazisondeza kuloma bhebeza
ngapatanisa ngaqhathanisa ngamshela yena wabona ukuboza kwami ukthi ngiboziswa ukungakhulumi ulim lwebele kepha ulimi lwenhliziyo
lolu olungemnandi ukudlulu ubisi lwebele kepha oluhamba nemizwa yami ngaphakathi
yes kweyakhe wangifaka bese ngamkhiya enhliziyweni, yena kweyakhe wangida
musani ke nina uk'funa ukhiye
nami lona kmina ukuphela kwakhe
akekho omunye ngaphambi kwakhe engekho nangemva kwakhe
ngicela bafowethu nicabange nicabangela nina kanye nami
njengomfowen'ningangilengiseli ewni
ze sphileni kahle la emhlabeni
kungekcuphana ze uthokoze umphefumulo wami
phela mina ngyakthanda mphefumulo wami abakuhlukumezayo ngiyabazonda mphefumulo wami

wanele oyedwa
kwenze okwenzayo kwenze kube khukhulu kodwa akungene oyedwa
yebo Odwa ngithi oyedwa uZodwa
vula inhliziyo uyivule kakhulu bese kungene oyedwa
vula inkundla uqoqe abadlali kepha akudlale abambalwa
sis wami ngithi akudlle abambalwa ze uthole uqobo lwakhe umaqondana
khumbula okoNowa umkhumbi kwangena nga 2 2 2 kepha yena weyeyedwa
kepha yena weyeyedwa yiba ke wedwa bhuti
uvule inhliziyo njengokaNowa umkhumbi kungene 2 2 2 ilesthandwa sakho nalo thando lwakho
ungeqisi askis ungabhanqi amathekeni yes
siyazi awothathekile-thina-ke asingabi izizathu zokuthathwa othathekile
yes kona kumnandi kunjeyaya
baningi bahamba ngo siyaya
abafowethu kepha akungene oyedwa
bosisi musani ukbangwa
nibahle niwomshoza futhi siyanithanda
ningabangi ke ukubangwa
syekeni ze siqhudelane
akashele ucabange
ashele umphendule
ashele ungamgculisi ngempendulo phela wena usalinde lona oze lana ukuzoshela i mean ukuzokutshela imizwa yemizwa yenhliziyo yakhe
ze wena kphela ube umkakhe
angshele ke mina ayanda ungiqome uthokozise umphefumulo wami
phela mina ngiyakuthanda mphefumulo wami abakhuhlukumezayo ngiyabazonda mphefumulo wami

UMUNTU UMUNTU NGABANTU
ungasayshintshi lento yayinjalo futhi isenjalo
ayihlale kanjalo inganyakazi yazi kanjalo
ngizozigcina mina njalonjalo phela injalo
iphuma edunjini that's why kmele njalo skhumbuleni
ukuthi la emhlabeni silethelweni
phela kunjalo nje sonke simele izimpilo zethu
sona-ke isizathu kulezi ezintathu esangihlukanisa nozethu
ngathanda udedewethu u olwethu
phela olwethu lolu esilikhulisayo
phela owethu lomthwalo osisindayo
okwethu ukuthululela iznkathazo zethu bafowethu
ku jesu ze yena asinike isu
usu lumnandi kodwa asingakhohlwa abangathathi ntweni
sibathandazise kusimakade
ze bangahlupheki ingunaphakade, kade
phela inhlupheko sithi izophela, iphela
liyacanasa iyagcaluza endlini phela
akukho okokuphekwa akukho okuhlekwa kunalokho okokuhlekwa akungabi okokuhlupheka kepha sihlupheke sihluphekela ukuhleka kanye kanye
kanye nje empilweni wenz'buntu lowa muntu abe umuntu ngawe ngoba umenzele ubuntu khumbula umuntu umuntu ngabantu
okwanamuhla akuphele kufeziwe sonke silindele ngokulangazela okungenangebhe
silinde wona phela umhla wokuphela
singabantu abanobuntu kwabanye abantu phela umuntu umuntu ngabantu

lethekeni ayikho ezintweni
ehhen emhlabeni yazi lethekeni
yathi kmina iseyntweni
yazi lo uthi kmina useyntweni
ungaseyntweni kanjan usala emhlabeni,
indlela yakho isaphokophele entweni?
entweni pela lenna ethuneni
cha yazi lethekeni izifaka engcupheni
ngathi izimbela umgodi obanzi njengowase zimayini
hybo lethekeni nokuba seyntweni
wena uzuzani kanti uma umuntu eseyntweni ngempela kuchazani?
wena sisi uchazani-uchaza bani-uchazwa yini ebuntombini?
yebo ebuntombini noma ungaseyona lena yasemhlangeni?
hybo lethekeni ithi kmina iseyntweni
nkokujika nje naloskhotheni usukeyntweni?
awuboni wena uphokophele esihogweni
yazi wena thekeni awunamahloni awuboni ukuthi awukho ezintweni
kepha wena u"yinto" "ewen"
phela wena ubhuquza othulini-
emini ka bha phela la isemhlabeni akekho oseyntweni
wena thekeni khohlwa awukho eyntweni
zoqala ukungena entweni ngokuboshwa or entweni efrigin emakhazeni
usuphokophele ethuneni
ucaba indlela yakho ephokophele esihogweni
hybo ewna thekeni awukho eyntweni UYINTO EWENI
NXA UYITSHELA NGAMI

manje kusawuthando lolu olunje?
kusawuthando yini lolu olwenza nje?
usaysthandwa yin mawenza nje?
kusawukungithanda yini lokhu okunje?
mina ngisakuthanda yini ungenza nje?
sengiyakhathala nami manje
kanti uthando lwakho lunje?
cha phela mina angiyazi lento enje
ubani owathi kwi relationship kwenziwa kanje-akwenziwa kanje?
cha ngisazibuza namanje ngingabheke mpendulo namhlanje
kodwa okunje okwaba nje
yingakho kunje nje.
ngak'fonela ngisakushela
ngak'fonela sesithandana
ngak'fonela wangi voicemaila
ngak'fonela uyibambe bese uyangi blackmaila
loluthando lwakho luyadura nale mssge ngizoyi emaila
ifike iyinhle bese wena uyibuyisele iyimbazo lenhliziyo yami
esendelene eduze nemizwa yami
phela wena awuseyona intombi yami
uyinto yami
u"yinto" yami engena "mbi"
coz manje sewenze nje sowumubi
hhay ebusweni kepha ekwenzeni nami manje
ngithi namhlanje inamhlanje enza kanje
nami ngizokwenza kanje
ze ungahlukumezeki ngokuzumeka umphefumulo wami
phela mina ng'yakthanda mphefumulo wami

khozi fm poem
UMA NGINAWE ANGIKAZE NGIJALE
UNGENA KUSHINTSHE UBUSO NGIVELE NISMILE
PHELA WENA UYISIKHONDLAKHONDLA
PHELA NEZINSEPHE ZAKHO ZINAMANDLA
ABASAKAZI KE LABO ABANAMANDLA
BONKE SHAME BANOMDLANDLA
LOLU UKHOZI
NO.1 EMZANSI-UWENA KHOZI
ONDIZELA PHEZULU UWENA KHOZI
CHANA AKWENZEKANGA NGENGOZI
CHANA AKWENZEKANGA NGENGOZI
WENA KHOZI FM UDUME IZWE LONKE
THINA KHOZI FM SIKUTHANDA SONKE
WENA UROCKA UMZANSI WONKE
WENA UROCKA KWELIKA OBAMA EMELIKA
WENA KHOZI FM UTHI UNYUKA
ABASAFUFUSA BEBE BEHLEKA
UBUWENA BUYASIPHEKA
UBUWENA ABANYE KUYABAQHUBA-
BAYEKE YONKE IMIKHUBA
OTHERWISE BATHATHA AMAKHUBA BAHAMBE BAYOLIMA
UTHANDO ESINALO NGAWE LUKHULU
LWAQALA KUBO PHELA OKHULU
NAKUBO PHELA OMKHULU
YITHI MANJE SILIDLULISELA KUBAZUKULU
WENA KHOZI UWUNDLUNKULU
KUTHINA SONKE UYIKOMKHULU
KHOZI UWUMKHULU—ABANYE ABAZUKULU
U ARE RESPECTED LIKE ABO WALTER SISULU
BAHLEHLA KAKHULU LABA ABEZA NGOBUVUNDULULU
PHELA BAYAYIFILA IPAIN YOKHOZI OLUSHAYA NEBULULU
NGAYO KALOKU IMBUMBULU
AWUH ZIKHONA EZEHORA NEHORA
ZILALELE AZINAKUKUBHORA
KODWA ZONA ZIZOKUKHOMBA
INDLELA YOKUPHUMELELA NOKUNDIZELA
PHEZULU NJENGALO UKHOZI OLUMAPHIKOPHIKO MAKHULU ZE LUNDIZELA PHEZULU
SONKE SIYAJABULA BESE USIS DUDU EYASIJULISA
NANGU NOBHUTI MANDLA UYASIJULISA
AWUVUSE WONKE UMHLABA UNONGCEBO NOLINDA SIBIYA
BESE UKHOZI LUBIYA
BESE SISHO SITHI SEKUNJALO
SIPHO MBATHA NAWE MROZA
NOBABILI SIYANIBIZA SITHI “WOZA”
YAFIKA IWEEKEND ZAMA, AWU ZAWA
ZIYAWA ZIWA NGAWE KIM NGCOBO
WENA KUTHINA EMZANSI USUWUMHLOBO
NOMA SINGAKUNIKI HOLO
KUYABANDA WENA ULIHLOBO
KUTHE KUSAMNYAMA EBUSWENI BENKAWU
LATHI UKHOZI AWU!!!
BAKHANYISELE NKOSINATHI MSHENGU
NGESIZULU UKHOHLWE ISILUNGU
AWU BANTU NAKU SINGENA EZULWINI
NALI IPARADESI
SIVALELISA KWI HAYIDESI
SIVALALISA KWIGIBHITHE
SIBINGELELA IKHENAN
SIFAKWE UYE USBU BUTHALEZI
APHELA NYA AMAZINYO ABUSHELELEZ
NANGU NOSABELO MAKHATHINI
ESIKHIPHA KHONA PHELA EHLATHINI
EZILETHA NGESOSO EZENKOLO
EZISIVULA INGQONDO
SESIPHELELE SONKE KULELIZWE
SESIDINGA YENA UNGIZWE MCHUNU
NASO PHELA ISIGQI SESIZWE
SENZE SIJABULE SIZE,
SITHOLE UKUNETHEZEKA
NGAYE PHELA UMAGAZI LUCKY SEFATSA
VUSI BATSHELE BAKHULUME SIZWE
SONKE NJENGESIZWE
SIZOQINA LAPHO NGEKE SIZE SIWE
AHHHHHAH LWANGENA UKHOZI OLUNGABOZI ABALEKA AMAGWALA
WOZA NAZO KHETHA GWALA
UZOBAVALA IMILOMO KUNGENJALO
UDT NGWENYA UZOBAGWINYA NJENGENGWENYA
SITHI ABAKHATHAZEKILE: YOBEH!!!!!!!!!
ABAJABULE NJALO NOKHATHIDE NGOBE,
YABONA-KE LUMNANDI LOLUSUKU
UFAKAZI UVICKY MASUKU
ENGIMLALELA NJALO USUKU NOSUKU
LAPHO ANGIBHEKE NZUZO-ANGITHI STHANDWA NZUZA
ABANGALULALELI UKHOZI BAZOLUZA
KONKE-KE MANJE SEKUMHLOPHE
PHELA USENGENILE U IRVIN SIHLOPHE
KODWA-KE KUPHI OKWENDLEBE UKUDLA?
NGIBUZA KUWE JOE HUDLA,
ASIYENI PHAMBILI SONKE KANCANE KANCANE
NJENGE NDLOVU
UYAZI-KE UTHANDA NDLOVU
KUTHI ANGIME NGOBA ANGEKE NGILWE
KUTHI ANGINIDUBE NGIKHUMBULA UPHUMLANI DUBE, AWWWWWEHHHHHHHHHHH
Subscribe to:
Posts (Atom)