KHOHLWA AMASHELELENI..AMATHEKENI..NOKUBLOMA EMAKHONENI DONSA IPHEPHA NE PEN

EKHAYA NGAFIKA KUQALA NGAZALWA I MEAN NGADALWA NGAQANJWA AYANDA COZ KWAKUBANDA

Monday, November 1, 2010

YAZI WENA

Ngafika e-Edgewood ngazibonela yena
Lapho mina ngizihlanyiselwa uyena
Lapho mina ngizisanganiselwa uyena
Lapho mina ngichazwa ubuyena
Engqondweni yami ngamsayina
Ngathi sinaye singabambisana
Ngathi sinaye singasizana
Ngathi sinaye singavumelana
Osekusele ukuthandana

Palm beach ubonakele
Cha shame kumina uvelele
Esiphingo truly ngikuqaphele
Nd surely nawe uzibonele
Yabona-ke manje osekusele
Yabona-ke manje okushodile
Ukuthi:

Days went by
Months went by
There arrived summer
There emerged branches
I looked again but could not believe my eyes
They looked again but could not believe their eyes
We only believed when we saw green braches
Ngoba nje ngiyakuthanda

Sthndwa ngiyakuthanda
Ngdinga olwakho uthando
Thatha-ke loluthando
Uthande mina engikuthandayo
Ungathandi uthando lomuntu
Othanda ukukuthanda

Ngoba nginesikhashana
Ngeke ngibe ngilanda nginkanta
Kumnandi ilanga libalele
Ithunzi elimnyama lingisibekele
Phela othandiweyo sengimfumene
Inhliziyo yam isimtholile
Amehlo ami ambonile
Akusekho nokuthi ngimyekele
Cha akusekho nokuthi ngimhlehlele
Cha angeke ngimdedele
Okwam ukuthi nje ngikhalele,ngizincengele kuye ngibambelele


Ngawe baba nginethemba lokuthi uzongenzela okuhle
Ungiphathise lesi-sitsha esihle
Phela lona igolide elihle
Ufakazi:uyena uThembelihle
Angithi lihle?

Ngafika ngahlala ngajula ngicabanga ukukushela
Ingqondo yami yathi cha hlehlela
Yona yacabanga ukuthi uzocabanga ukuthi ngiyaganga
4rom dat day mina angilalanga
Cha shame angihlalanga
Inhliziyo kuphela engaxolanga
Phela yona ikuthanda ayizenzis
Nami ngikuthanda angizenzis
M blaming ma brain ewumkhohlis

Ngokumbuka nje amehlo awuwasus
Phela yena shame muhle akazenzis
Uma nginaye angiphathwa istress
Ngivele ngiphuphume i-happiness
Ngicela ukuba eyakho iPrince Princess
Phela mina ngizokulandela
Phela mina uyangifanela
Mina nawe siyafanelana
Ufakazi:uyena utata uMandela
Lona esizomculela I hit
M sure uzoyijabulela
Wena love mamela
Isihloko sayo:ikhaya lethu iZulu
Awu vele wena umeje ngesizulu
And m sure ngakuthanda ngisawumbungu
And m sure ngakuthanda ngigakaz nesilungu

Phela lona ngimkhonjwe okhulu
Besizwa omkhulu nam
Ngavele ngamthanda kakhulu
Uthando lwethu luzodlulela nakubazukulu
Uthando lwethu umkhulu. lapho olwabanye abazukulu

One day nga-attenda naye iBussman studies
Lesi sifundo mina ngangasizwisis
Phela wayengaphambili kwam losisi
Cha wayengangiphazamis,engangidlalis
Sengiphumela obala angisazivaleli ekhoneni
Akusiz nokho ukuzifaka engozin
Nam angazi ngoneni kuban
Kwinkosi enguban
Kodwa mina ngisaban ngiphethe uMiss wasePMB
Onobuhle obungifaka ekukhanyen
Onobuhle obungikhipha ebubin
Onobuhle obungikhipha ebumnyamen

Loluthando lubonwe nay-BigNuz yathi:UBALA LOLO
Phela luningi lugcwele umphongolo
Uyintshonsthile uyithathile inhliziyo yam maNxumalo
Ayikho imbuzi ezohlatshwa,ayikho imbongolo ezokhatswa
Buza kuye umntakaMkhatshwa
Uzokuphendula kungekdala
Ukhohlwe ukuthi akakdalanga,
Ukhohlwe ukuthi akakuzalanga
Ukhohlwe ukuthi akavelanga
Khumbula akavevanga

Lesi ave kuyisimanga
Lana ave kuzogangwa
Ngiyakuthanda mina
Uyangihlanyisa wena
Uyangisnganisa wena
Asithandane thina

I can’t tell a soul
I love you
though my heart begs me to.
Every romantic song reminds me of you,
and every time I see a happy couple
I wish they were you and me.
Sometimes I write your name
and stare at it wistfully
as I imagine how great
our lives together would be…
but I can’t tell a soul
I love you.

2 comments: